Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 26:10 - IsiZulu 2020

10 Umhlaba wavula umlomo wawo, wabagwinya noKhora ekufeni kwalelo viyo, lapho umlilo wasobozela khona amadoda angama-250, aba yisixwayiso.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 umhlaba wavula umlomo wawo, wabagwinya kanye noKora ekufeni kwalelo viyo, lapho umlilo waqeda amadoda angamakhulu amabili namashumi ayisihlanu, aba yisixwayiso.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Umhlaba wawuvula umlomo wawo, wabadla kanye noKora ekufeni kwaleso sixuku, lapho umlilo uqeda abantu abangamakhulu amabili namashumi ayisihlanu, baba yisibonakaliso.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 26:10
15 Referans Kwoze  

Izitsha zempepho zalezi zoni sezingcwele ngenxa yomvuzo wempilo yazo nangokuba zaziletha kuSimakade. Zicangcathe zibe yizingcwecwe zokwemboza i-althare, zibe wuphawu futhi kubantu bakwa-Israyeli.”


Imizi iSodoma neGomora uNkulunkulu wayilahla ngecala, wayeseyingqongqisa ngomlilo, yaba ngumlotha. Wayenza yaba yisibonelo salokho okuzakubehlela labo abangayikumesaba uNkulunkulu.


NjengeSodoma neGomora nemizi eyakhelene nayo, yenza ubufebe ngokufanayo, yalandela ubufebe obuxakile. Bayisibonelo sokubhujiswa ngomlilo ongunaphakade.


Ngiyakubhekana ngqo nalowo muntu, ngimenze abe yisibonakaliso nesaga, ngimsuse kubantu bami, niyakukwazi ukuthi Mina nginguSimakade.


Ngenxa yabo, bonke abathunjwa bakwaJuda abaseBhabhele bayakusebenzisa lesi siqalekiso, esithi: ‘USimakade makakwenze ukuba ube njengoZedekiya no-Ahabi, abosiwa emlilweni yinkosi yaseBhabhele,’


“ ‘Lokhu kuyakuba yisiboniso kuwe esiyakwehlela amadodana akho amabili, uHofini noFinehasi; ngalusuku lunye, bayakufa bobabili.


bamvukela uMose benamadoda akwa-Israyeli angama-250, angabaholi benhlangano, angamanxusa ebandla, amadoda adumileyo.


“Ubaba wafela ehlane, wayengekho phakathi kweviyo labavukela uSimakade, iviyo likaKhora. Kepha wafela esakhe isono engenandodana.


Abantu bakwa-Israyeli badla imana iminyaka engama-40, baze bafinyelela ezweni okwakhiwe kulo; bayidla imana baze bafika emngceleni weKhanani.


nalokho akwenza kuDathani naku-Abhiramu, amadodana ka-Eliyabe kaRubeni, lapho umhlaba uvula umlomo wawo ubagwinya nabendlu yabo, amathende abo, nayo yonke imfuyo yabo eyayiphakathi kwabo bonke abakwa-Israyeli.


Ziyokwehlela phezu kwakho nasozalweni lwakho zibe yisibonakaliso nesimangaliso kuze kube phakade,


Entongeni kaLevi uyoloba igama lika-Aroni, ngokuba kuyoba nenhloko eyodwa kuleyo naleyo ndlu yokhokho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite