Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 25:6 - IsiZulu 2020

6 Bheka, umuntu mumbe kwabakwa-Israyeli waletha owesifazane wakwaMidiyani emndenini wakhe, phambi kukaMose nebandla lonke labakwa-Israyeli, ngesikhathi bekhala emnyango wethende lokuhlangana.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Bheka, umuntu wabantwana bakwa-Israyeli wafika eletha kubafowabo owesifazane wakwaMidiyani emehlweni kaMose nasemehlweni enhlangano yonke yabantwana bakwa-Israyeli, besakhala ngasemnyango wetende lokuhlangana.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Bheka, kwafika omunye wabantwana bakwa-Israyeli, waletha owesifazane wakwaMidiyani kubafowabo emehlweni kaMose nasemehlweni enhlangano yonke yabantwana bakwa-Israyeli, ababekhala phambi komnyango wetende lika-Israyeli ibandla.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 25:6
24 Referans Kwoze  

Abaphristi, izikhonzi zikaSimakade, mabakhale phakathi kompheme ne-althare, bathi: “Hawukela abantu bakho, Simakade, ungalenzi ifa lakho libe yinto yokuthukwa nenhlekisa, kungani kufanele bathi phakathi kwabezizwe: ‘Uphi uNkulunkulu wabo na?’ ”


UMowabi wathi ezingwevini zakwaMidiyani: “Manje lolu quqaba luzoqothula konke esinakho nxazonke, njengenkabi iqothula utshani edlelweni.” UBhalaki, indodana kaZiphori, wayeyinkosi yakwaMowabi ngaleso sikhathi.


Bakhefuza amahlazo abo njengamaza adlangalalayo, bayantunta njengezinkanyezi ezigcinelwe ubumnyama baphakade.


Kwathi lapho uJehudi esefunde amakhasi amathathu noma amane, inkosi yawasika ngommese womlobi, yawaphonsa emlilweni osembawuleni, waze waphela wonke umqulu ushiswa ngomlilo osembawuleni.


Kabanamahloni ngezinengiso abazenzileyo, kabanamahloni nakancane; abakhophozi, kabazi, ngakho-ke bayakuwela phakathi kwalabo asebewile; ngesikhathi sokujeziswa kwabo bayakukhubeka, kusho uSimakade.


Yingakho-ke izihlambi zinqandiwe, nemvula yakamuva ingabangabikho. Nokho ubunesibindi sobufebe, wenqaba ukuba namahloni.


Ngalolo lusuku iNkosi uSimakade Wamabandla wanibiza ukuba nikhale, nilile, niphuce amakhanda, nigqoke indwangu eyisaka,


Ngesikhathi ingelosi kaSimakade ikhuluma lawo mazwi ku-Israyeli wonkana, abantu badazuluka, bakhala.


“Phindiselela abantu bakwa-Israyeli kwabakwaMidiyani, ungakedluli emhlabeni.”


Kwathi lapho kwedlula abahwebi bakwaMidiyani, bamkhipha uJosefa emgodini, bamthengisa kwabakwa-Ishmayeli ngezinhlamvu zesiliva ezingama-20, ababe sebemthatha bahamba, baya naye eGibhithe.


U-Aroni wasithatha njengalokhu ekhulumile uMose, wagijima waya phakathi kwebandla. Uyabona-ke, lwaseluqalile ubhubhane phakathi kwabantu; wafaka impepho, wabenzela abantu ukubuyisana.


Basuka kwaMidiyani, baya ePharanu; bathatha amadoda ePharanu baya nawo eGibhithe kuFaro, inkosi yakhona. UFaro wamnika indlu, nesabelo sokudla nezwe.


Ngubani oyakungimela phambi kwababi na? Ngubani oyakungelekelela kwabenza okubi na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite