Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 25:5 - IsiZulu 2020

5 UMose wathi kubehluleli bakwa-Israyeli: “Yilowo nalowo makabulale abantu bakhe abazihlanganise noBhali Pheyori.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 UMose wathi kubo abahluleli bakwa-Israyeli: “Bulalani, kube yilowo nalowo abantu bakhe abazihlanganisile noBali Peyori.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Wayesethi uMose kubahluleli bakwa-Israyeli: “Bulalani, kube yilowo nalowo kubantu bakhe abazihlanganise noBali Peyori.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 25:5
12 Referans Kwoze  

U-Eliya wathi kubo: “Bambani abaphrofethi bakaBhali, kungabaleki noyedwa kubo.” Bababamba, u-Eliya wabehlisela emfudlaneni iKishoni, wababulalela lapho.


Zifunele phakathi kwabo amadoda ahloniphekile, amesabayo uNkulunkulu, amadoda athembekile, akuzondayo ukuthola inzuzo ngokungalungile, uwabeke abe yizinduna zezinkulungwane, zamakhulu, zama-50, nezeshumi.


uyozibulala ngenkemba izakhamuzi zalowo muzi, uwuchithe impela, nakho konke okuphakathi kwawo, nemfuyo yawo, ukubhubhise ngenkemba.


abantu abathile abonakeleyo baphumile phakathi kwenu, bahlubukisa izakhamuzi zomuzi wakubo, bathi: ‘Masihambe siyokhonza abanye onkulunkulu eningabaziyo,’


kepha niyombulala impela. Nguwena oyogalela kuqala bese kulandela bonke abantu lapho ebulawa.


“Uma umfowenu, indodana kanyoko, noma indodana yakho, noma indodakazi yakho, noma umkakho ocamela esifubeni sakho, noma umngani wakho eningamathe nolimi naye ekuyenga ngasese, ethi: ‘Masihambe siyokhonza abanye onkulunkulu eningabaziyo,’ nina nokhokho benu,


“Owenzela abanye onkulunkulu umhlatshelo, angenzeli uSimakade yena yedwa, uyobhujiswa.


U-Israyeli wazihlanganisa noBhali Pheyori. Intukuthelo kaSimakade yamvuthela u-Israyeli.


Asonanga yini ngokwanele ePheyori, okuze kube manje asikazihlambululi kubo, okwathi ngenxa yabo, yonke inhlangano kaSimakade yehlelwa wubhubhane,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite