Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 24:23 - IsiZulu 2020

23 UBhileyamu wethula umbiko wakhe, wathi: “Maye, ngubani oyakuphila lapho uNkulunkulu enza lokhu na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Wathatha isisho sakhe, wathi: “Maye, ngubani oyakuphila, lapho uNkulunkulu ekwenza lokhu, na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Wasethatha umfanekiso wakhe, wathi: Maye, ngubani oyakuphila, uma uNkulunkulu ekwenza lokhu?

Gade chapit la Kopi




UNumeri 24:23
5 Referans Kwoze  

Akukho mlingo ongamelana noJakobe, nakubhula okungamelana no-Israyeli. Manje sekuzothiwa ngoJakobe nango-Israyeli: ‘Bukani okwenziwe nguNkulunkulu!’


“Ngubani ongamela usuku lokufika kwaso na? Ngubani oyakuma lapho sibonakala na? Ngokuba sinjengomlilo womcwengi nanjengensipho yomhlanzi.


UNahamani, umkhuzi wempi yenkosi yase-Aramu, wayengumuntu omkhulu phambi kwenkosi yakhe, otusekayo, ngokuba uSimakade wayenze ukuba i-Aramu linqobe ngaye, futhi wayeyiqhawe elinamandla, kodwa wayenochoko.


kodwa uKhayini uzochithwa; kuze kube yileso sikhathi u-Ashuri azonithumba ngaso.”


Kuyakuvela imikhumbi eKhithimi eyakuhlupha u-Ashuri no-Ebhere, nabo bagcine ngokubhujiswa.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite