Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 23:2 - IsiZulu 2020

2 UBhalaki wenza njengalokhu uBhileyamu eshilo. UBhalaki noBhileyamu banikela ngenkunzi nangenqama e-althare ngalinye.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 UBalaki wenza-ke njengalokho uBileyamu ekhulumile; oBalaki noBileyamu banikela kulelo nalelo altare inkunzi nenqama.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 UBalaki wenza njengokukhuluma kukaBileyamu; oBalaki noBileyamu banikela ngenkunzi nangenqama kulelo nalelo altare.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 23:2
6 Referans Kwoze  

UBhalaki wenza njengokusho kukaBhileyamu, wanikela ngenkunzi nenqama kulelo nalelo althare.


Wamsusa lapho waya naye ensimini eZofimu, esiqongweni sentaba iPhisiga. Wakha ama-althare ayisikhombisa, kwathi kulelo nalelo althare wenza umnikelo ngenkunzi nenqama.


UBhileyamu wathi kuBhalaki: “Ngakhele lapha ama-althare ayisikhombisa, bese ungilungisela izinkunzi eziyisikhombisa nezinqama eziyisikhombisa.”


UBhileyamu wathi kuBhalaki: “Yima maqondana nomnikelo wakho wokushiswa, mina ngizohamba, mhlawumbe uSimakade uyohlangana nami, angikhombise izwi nanoma yikuphi engifanele ukuba ngikusho kuwe.” Wayesenyukela egqumeni eliyiqwaqwasi.


Ngezinsuku eziyisikhombisa zomkhosi siyakunikela kuSimakade umnikelo wokushiswa, izinkunzi eziyisikhombisa nezinqama eziyisikhombisa ezingenasici, ngalezo zinsuku eziyisikhombisa; sinikele ngempongo usuku nosuku, ibe ngumnikelo wesono.


UBhileyamu wathi kuBhalaki: “Ngakhele ama-althare ayisikhombisa lapha, bese ungilungisela izinkunzi eziyisikhombisa nezinqama eziyisikhombisa.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite