Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 22:40 - IsiZulu 2020

40 UBhalaki wenza umhlatshelo ngezinkomo nezimvu, wayesekuthumela kuBhileyamu nezikhulu ayenazo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

40 UBalaki wanikela ngezinkabi nangezimvu, wazithuma kuBileyamu nakuzo izikhulu ezinaye.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

40 UBalaki wanikela ngezinkomo nezimvu, wakuthuma kuBileyamu nakuzo izikhulu ezazinaye.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 22:40
7 Referans Kwoze  

Wamsusa lapho waya naye ensimini eZofimu, esiqongweni sentaba iPhisiga. Wakha ama-althare ayisikhombisa, kwathi kulelo nalelo althare wenza umnikelo ngenkunzi nenqama.


ngoba izinyawo zabo zigijimela ebubini, bayashesha ukuchitha igazi.


UBhalaki wenza njengokusho kukaBhileyamu, wanikela ngenkunzi nenqama kulelo nalelo althare.


UBhalaki wenza njengalokhu uBhileyamu eshilo. UBhalaki noBhileyamu banikela ngenkunzi nangenqama e-althare ngalinye.


Wanikela ngomhlatshelo elapho kwelezintaba, wamema nezihlobo zakhe ukuba zidle. Badla, base belala kulo elezintaba ngalobo busuku.


UBhileyamu wahamba noBhalaki, bafika eKiriyathi Huzothi.


Kwathi ekuseni uBhalaki wathatha uBhileyamu, benyukela eBhamothi Bhali, elapho wabona ingxenye yabantu bakwa-Israyeli.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite