Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 22:37 - IsiZulu 2020

37 UBhalaki wathi kuBhileyamu: “Angithumelanga yini kuwe ngikubiza ukuba uphuthume na? Awufikanga ngani kimi na? Ubucabanga ukuthi ngeke yini ngikuhloniphe na?”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

37 UBalaki wathi kuBileyamu: “Angithumanga nokuthuma kuwe ukukubiza na? Awufikanga ngani kimi? Anginamandla yini okukunika udumo na?”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

37 UBalaki wathi kuBileyamu: “Angithumanga nokuthuma kuwe ukuba ngikubize na? kungani ungezanga kimi ngingakwazi yini ukuKuphakamisela enkazimulweni ngokweqiniso?

Gade chapit la Kopi




UNumeri 22:37
8 Referans Kwoze  

Suka uphele lapha uphindele kini; ngathi ngizakukuhlonipha kakhulu, kodwa uSimakade wenqabile ukuba ngikuhloniphe.”


Pho ningakholwa kanjani nisadumisana nodwa, ningalufuni udumo oluvela kuNkulunkulu okunguye yedwa na?


USathane wathi kuye: “Ngiyakukunika wonke lawa mandla nenkazimulo yawo, ngokuba kunikwe mina, futhi ngikunika noma ngubani ngokuthanda kwami.


Ngokuba ukuphakanyiswa akuveli empumalanga, entshonalanga nasehlane ezintabeni,


UBhalaki wezwa ukuthi uBhileyamu ufikile, waphuma wayomhlangabeza emzini wakwaMowabi emngceleni wase-Arinoni elingasekupheleni kwesifunda.


UBhileyamu wathi kuBhalaki: “Bheka, sengifikile kuwe manje, nokho anginamandla okusho utho kuwe. Ngiyokhuluma kuphela izwi uNkulunkulu alibeka emlonyeni wami.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite