Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 21:18 - IsiZulu 2020

18 Ngumthombo owambiwa ngamakhosana, wambiwa ngabaholi ngezintonga zazo zobukhosi nangezindondolo zabo.” Basuka ehlane, baya eMathana.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 umthombo ezawumba izikhulu, abawugubha abakhulu babantu ngentonga yobukhosi nangezindondolo zabo.” Basuka ehlane, baya eMathana.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Izikhulu zawugebha umthombo, izikhulu zabantu zawugebha ngezinduku zawo ngomyalo womthetho. Basuka ehlane baya eMathana.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 21:18
12 Referans Kwoze  

Ngokuba uSimakade ungumehluleli wethu, uSimakade usishayela imithetho, uSimakade uyinkosi yethu; Yena uyokusisindisa.


Munye oshaya umthetho nongumehluleli, nguYena onamandla okusindisa nokubhubhisa. Pho-ke ungubani wena owehlulela umakhelwane wakho na?


Umthetho wanikezwa ngoMose, umusa neqiniso kweza ngoJesu Khristu.


UMose wasinika umthetho, waba yifa lenhlangano kaJakobe.


“ ‘Kepha wena, yima lapha nami ukuze ngiyikhulume kuwe yonke imiyalo, izimiso, nezehlulelo oyakubafundisa khona konke ukuba bakwenze ezweni engibanika lona, ukuba balidle.’


Ingxenye elandelayo yakhiwa ngamadoda aseThekhowa, kodwa abaholi bakulowo muzi benqaba ukwenza umsebenzi ababewunikwe ngabaphathi babo.


Kwasuka u-Eliyashibhi, umphristi omkhulu nabanye abaphristi, bakha kabusha iSango Lezimvu, balinikela, bamisa namasango ezindaweni zawo. Banikela ugange kusukela eMbhoshongweni Wekhulu kuze kube seMbhoshongweni KaHananeli.


U-Israyeli wayesehlabelela leli culo elithi: “Mpompoza, mthombo! Hlabelelani ngawo!


Basuka eMathana, baya eNahaliyeli; basuka eNahaliyeli, baya eBhamothi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite