Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 20:19 - IsiZulu 2020

19 Abantu bakwa-Israyeli bathi kuye: “Siyakuhamba ngomgwaqo; uma siphuza amanzi akho, mina nemfuyo yami, ngiyakukhokhela imali yawo. Mangidabule nje ngezinyawo zami, kungabi ngokunye.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Abantwana bakwa-Israyeli bathi kuye: “Siyakukhuphuka ngomgwaqo; uma siphuza amanzi akho, mina nezinkomo zami, ngiyakukhokhela imali yawo. Mangidabule nje ngezinyawo zami, kungabi ngokunye.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Abantwana bakwa-Israyeli bathi kuye: “Sizohamba ngomgwaqo omkhulu; uma mina nezinkomo zami siphuza amanzi akho, ngiyakuwakhokhela; Ngizovele ngidlule ngezinyawo zami ngaphandle kokwenza lutho.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 20:19
4 Referans Kwoze  

Uyongithengisela ukudla ngemali ukuba ngidle, namanzi ngemali ukuba ngiphuze; ngivumele nje kuphela ukuba ngidabule ngezinyawo,


Niyothenga kubo ngesiliva ukudla eniyokudla, namanzi eniyowaphuza, niwakhokhele isiliva.” ’


Ingxubevange yabantu yahamba nabo, imfuyo eningi kakhulu, imihlambi yezimbuzi, izimvu, nezinkomo.


Izinkomazi zangena indlela, zabheka ngaseBhethi Shemeshi, zihamba endleleni, zihamba zibhonsa, aziphambukelanga ngakwesokunene noma ngakwesokhohlo. Amakhosi amaFilisti azilandela aze afika emngceleni eBhethi Shemeshi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite