Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 2:27 - IsiZulu 2020

27 Abakanisa eceleni kwakhe kwakuyisizwana sakwa-Asheri; umholi wabozalo lwabakwa-Asheri kunguPhagiyeli indodana ka-Okhirani.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Abamisa eceleni kwakhe bayakuba yisizwe sakwa-Asheri; isikhulu sabantwana bakwa-Asheri siyakuba nguPagiyeli indodana ka-Okirani.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

27 Abamisa kanye naye bayakuba yisizwe sakwa-Asheri; uPagiyeli indodana ka-Okirani uyakuba ngumbusi phezu kwabantwana bakwa-Asheri.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 2:27
5 Referans Kwoze  

Kwa-Asheri: uPhagiyeli indodana ka-Okhirani.


Okomhlatshelo weminikelo yokuthula kwakuyilokhu: izinkabi ezimbili, izinqama eziyisihlanu, izimpongo eziyisihlanu, izimvu zamaduna ezinonyaka eziyisihlanu; yilokho-ke okwanikelwa nguPhagiyeli, indodana ka-Okhirani.


Ngosuku lwe-11 kwakunguPhagiyeli, indodana ka-Okhirani, umholi wabozalo luka-Asheri.


Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kubo babeyizi-62 700.


Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kubo babeyizi-41 500.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite