Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 2:20 - IsiZulu 2020

20 Eceleni kwakhe kuyakuba khona isizwana sakwaManase; umholi wabozalo lwabakaManase kunguGamaliyeli indodana kaPhedazuri.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Eceleni kwakhe kuyakuba khona isizwe sakwaManase; isikhulu sabantwana bakwaManase siyakuba nguGamaliyeli indodana kaPedasuri.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Kuyakuba naye isizwe sakwaManase; uGamaliyeli indodana kaPedasuri uyakuba ngumbusi phezu kwabantwana bakwaManase.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 2:20
6 Referans Kwoze  

Kumadodana kaJosefa: kwa-Efrayimi: u-Elishama indodana ka-Amihudi; kwaManase: uGamaliyeli indodana kaPhedazuri.


Owayehola isizwana sabantu sabozalo lukaManase kwakunguGamaliyeli, indodana kaPhedazuri.


Okomhlatshelo weminikelo yokuthula kwakuyilokhu: izinkabi ezimbili, izinqama eziyisihlanu, izimpongo eziyisihlanu, izimvu zamaduna ezinonyaka eziyisihlanu; yilokho-ke okwanikelwa nguGamaliyeli, indodana kaPhedazuri.


Ngosuku lwesishiyagalombili kwakunguGamaliyeli, indodana kaPhedazuri, umholi wabozalo lukaManase.


Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kubo babeyizi-40 500.


Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kubo babeyizi-32 200.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite