Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 2:16 - IsiZulu 2020

16 Bonke ababalwayo benkambu yabakwaRubeni babeyizi-151 450 ngamabandla abo. Labo bayakusuka babe ngabesibili.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Bonke ababalwayo bekamu lakwaRubeni babe yizinkulungwane eziyikhulu namashumi ayisihlanu nanye namakhulu amane namashumi ayisihlanu ngamabandla abo. Labo bayakusuka babe ngabesibili.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Bonke ke ababalelwa eminqubeni yakwaRubhen likhulu lamawaka, elinamanci mahlanu amawaka, anawakanye, linamakhulu mane, anamanci mahlanu, ngokwemikhosi yabo. Futhi bazosebenza esigabeni sesibili.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 2:16
5 Referans Kwoze  

Kwase kusuka ibhanela lenkambu yakwaRubeni ngamaqembu ayo. Laliholwa ngu-Elizuri, indodana kaShedewari.


Sebebonke ababalwayo benkambu yakwaDani babeyizi-157 600. Labo bayakusuka babe ngabokugcina namabhanela abo.


Sebebonke ababalwayo benkambu yabakwa-Efrayimi babeyizi-108 100 ngamabandla abo. Labo bayakusuka babe ngabesithathu.


Bonke ababalwayo benkambu yakwaJuda babeyizi-186 400 ngamabandla abo. Labo bayakusuka kuqala.


Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kubo babeyizi-45 650.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite