Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 18:18 - IsiZulu 2020

18 Inyama yalo iyoba ngeyakho: isifuba sokuzungeziswa nomlenze wangakwesokunene kuyoba ngokwakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Inyama yazo iyakuba ngeyakho; njengesifuba sokuzuliswa nomlenze wokunene iyakuba ngeyakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Inyama yawo iyakuba ngeyakho, njengesifuba sokunyakaziswa nanjengehlombe lakho lokunene.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 18:18
4 Referans Kwoze  

Umpheki waphakamisa umlenze nokwakuphezu kwawo, wawubeka phambi kukaSawule. USamuweli wathi: “Nakhu ohlinzekwe ngakho. Kubeke phambi kwakho, udle, ngokuba kugcinelwe wena kuze kufike lesi sikhathi, njengalokhu ngithe ngimeme abantu.” USawule wayesedla noSamuweli ngalolo lusuku.


Siyoletha futhi kumphristi emagunjini endlu kaNkulunkulu wethu, inhlama eyenziwe ngokusanhlamvu kwesivuno sokuqala, nezithelo zayo yonke imithi, iwayini elisha namafutha amasha. Siyoletha futhi kubaLevi okweshumi komhlabathi wethu, ngokuba ngabaLevi abaqoqa okweshumi emizini yonke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite