Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 17:4 - IsiZulu 2020

4 Uyozibeka ethendeni lokuhlangana ngaphambi kobufakazi, lapho ngihlangana nawe khona.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Uyakuzibekela etendeni lokuhlangana ngaphambi kobufakazi, lapho ngihlangana khona nawe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Wozibeka phansi etendeni lokuhlangana phambi kobufakazi, lapho engiyakuhlangana khona nawe.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 17:4
7 Referans Kwoze  

UMose wazibeka izintonga phambi kukaSimakade ethendeni lokuhlangana.


Uyoqotha ingxenye yakho ibe yimpuphu, bese ubeka ingxenye yakho phambi komphongolo wesivumelwano ethendeni lokuhlangana, lapho ngiyohlangana nani khona, iyoba ngcwelengcwele kini.


Uyolibeka i-althare phambi kwesihenqo esingaphezu komphongolo wesivumelwano, phambi kwesihlalo somusa esingaphezu kwawo, lapho ngiyohlangana nani khona.


Entongeni kaLevi uyoloba igama lika-Aroni, ngokuba kuyoba nenhloko eyodwa kuleyo naleyo ndlu yokhokho.


USimakade wathi kuMose: “Buyisela intonga ka-Aroni ngaphambi kobufakazi, igcinwe ibe wuphawu kubahlubuki ukuba uqede ukukhononda kwabo ngami, ukuze bangafi.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite