Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 16:47 - IsiZulu 2020

47 U-Aroni wasithatha njengalokhu ekhulumile uMose, wagijima waya phakathi kwebandla. Uyabona-ke, lwaseluqalile ubhubhane phakathi kwabantu; wafaka impepho, wabenzela abantu ukubuyisana.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

47 U-Aroni wayesekuthatha njengalokho ekhulumile uMose, wagijima phakathi kwebandla; bheka, isifo sase siqalile phakathi kwabantu; wabeka impepho, wabenzela abantu ukubuyisana.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

47 U-Aroni wathatha njengalokho emyalile uMose, wagijimela phakathi kwebandla; bheka, isifo saqala phakathi kwabantu, wabeka impepho, wabenzela abantu ukubuyisana.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 16:47
9 Referans Kwoze  

Unganqotshwa ngokubi, kodwa nqoba okubi ngokuhle.


Kepha Mina ngithi kini: thandani izitha zenu, nibabusise abaniqalekisayo, nibaphathe kahle abanizondayo, nibakhulekele abanizingelayo


Bamchukuluza ngezenzo zabo, kwaqubuka ubhubhane phakathi kwabo.


UMose wathi ku-Aroni: “Thatha isitsha sempepho, ufake kuso amalahle avuthayo ase-althare, nempepho, uphuthume uye ebandleni uyolenzela ukubuyisana, ngokuba intukuthelo kaSimakade isiphumile, seluqalile ubhubhane.”


Wama phakathi kwabafileyo nabaphilayo; lwanqamuka ubhubhane.


Siyakuba ngesakhe nezizukulwane zakhe, kube yisivumelwano sobuphristi obuphakade, ngokuba ube nentshisekelo ngoNkulunkulu wakhe, wenzela abakwa-Israyeli ukubuyisana.’ ”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite