Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 13:23 - IsiZulu 2020

23 Bafika esigodini i-Eshikholi, banquma lapho igatsha elinehlukuzo lamagilebhisi, balithwala ngogongolo phakathi kwababili, namahananadi namakhiwane.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Bafika esiGodini sase-Eshikoli,* banquma khona igatsha elinehlukuzo lezithelo zomvini, balithwala ngothi phakathi kwababili, kanye namapomegranati* namakhiwane.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Bafika emfudlaneni i-Eshikoli, bagawula khona isithende ngehlukuzo lezithelo zomvini, balithwala ngodondolo phakathi kwababili; baletha namapomegranati namakhiwane.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 13:23
6 Referans Kwoze  

Ekukhuphukeni kwabo beya esigodini i-Eshikholi balibona izwe, babathena amandla abakwa-Israyeli ukuba bangangeni ezweni uSimakade abanike lona.


Leyo ndawo yabizwa ngokuthi yisigodi i-Eshikholi ngenxa yehlukuzo abantu bakwa-Israyeli abalinquma lapho.


Emveni kwalokho wathanda owesifazane wasesigodini iSoreki, igama lakhe kunguDelila.


Kwafika ophume ngesamagundwane isabambene, wabikela u-Abhrama umHebheru, owayakhe eduze kwezihlahla ezinkulu zemi-okhi eMamre, umu-Amori, umfowabo ka-Eshikholi no-Aneri, ababenze isivumelwano no-Abhrama.


izwe likakolo nebhali, imivini nemikhiwane namahananadi, izwe leminqumo enamafutha noju,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite