Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 11:33 - IsiZulu 2020

33 Kepha inyama isephakathi kwamazinyo abo, bengakayihlafuni, ulaka lukaSimakade lwabavuthela abantu. USimakade wabashaya abantu ngobhubhane olukhulu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 Inyama isekhona phakathi kwamazinyo abo, ingakahlafunwa, ulaka lukaJehova lwavuthela abantu, uJehova wabashaya abantu ngokufa okukhulu kakhulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

33 Inyama isaphakathi kwamazinyo abo, ingakahlafunwa, intukuthelo kaJehova yavuthela abantu, uJehova wabashaya abantu ngokushaywa okukhulu kakhulu.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 11:33
10 Referans Kwoze  

Kepha lwase lwedlule nabantu abayizi-24 000.


Ababebulewe ubhubhane babeyizi-14 700, ngaphandle kwalabo abafa ngenxa kaKhora.


USimakade uyokushaya ngamathumba aseGibhithe, ngamaqhubu, ngomuna, nangotwayi, okungelapheki.


noma ebugodla engabushiyi, ebugcina emlonyeni wakhe,


UNkulunkulu uyakugcwalisa isisu sakhe ngezinhlupheko, anise ukuvutha kwentukuthelo yakhe phezu kwakhe.


Badla basutha kakhulu, ngokuba Yena wabapha ababekufisa.


UMose wenza njengalokhu uSimakade ayemyalile. Wenza kanjalo-ke.


Wadedela umoya wasempumalanga ezulwini, ngamandla akhe waqhuba umoya waseningizimu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite