Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 1:33 - IsiZulu 2020

33 labo ababalwayo kubo, abesizwana sakwa-Efrayimi, babeyizi-40 500.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 labo ababalwayo kubo, abesizwe sakwa-Efrayimi, babe yizinkulungwane ezingamashumi amane namakhulu ayisihlanu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

33 ababalwayo kubo besizwe sakwaEfrayim, baba ngamashumi amane amawaka, anamakhulu mahlanu.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 1:33
7 Referans Kwoze  

Yileyo-ke imindeni yabozalo luka-Efrayimi, ababalwayo babeyizi-32 500. Lebo kwakungabozalo lukaJosefa ngemindeni yabo.


Izibulo lenkunzi yakhe, udumo lwakhe, nezimpondo zenyathi ziyizimpondo zakhe; ngazo uyakuqhubukusha izizwe zonke ekugcineni komhlaba; zinjalo izigidi zakwa-Efrayimi, zinjalo izinkulungwane zakwaManase.’


Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kubo babeyizi-40 500.


“Ngakho-ke lawa madodana akho amabili azalelwe lapha eGibhithe ngingakafiki, asengawami manje. U-Efrayimi noManase bangabami, njengoba kunjalo kuRubeni noSimeyoni.


Abozalo lukaJosefa, okungukuthi uzalo lwabakwa-Efrayimi, ngokolibo lwemindeni yabo nangezindlu zawoyise njengokomumo wamagama, kusukela kwabaneminyaka engama-20, bonke abangaphuma impi:


Abozalo lukaManase, ngokolibo lwemindeni yabo nangezindlu zawoyise njengokomumo wamagama, kusukela kwabaneminyaka engama-20 kuya phezulu, bonke abangaphuma impi:


UJakobe akavumanga, kodwa wathi: “Ngiyazi, ndodana yami, ngiyazi; naye uzokuba yisizwe, abe mkhulu. Nokho umnawakhe u-Efrayimi uzokuba mkhulu kunaye, izizukulwane zakhe zibe yizizwe eziningi.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite