Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 1:20 - IsiZulu 2020

20 Abozalo lukaRubeni izibulo lika-Israyeli, nazo zonke izizwe zakwa-Israyeli, ngokolibo lwabo, ngemindeni yabo nangokwezizwana zokhokho babo, ngokwenani lamagama, bonke abesilisa ababeneminyaka engama-20 nangaphezulu abase bengaya empini:

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Abantwana bakwaRubeni, izibulo lika-Israyeli, izizukulwane zabo ngemindeni yabo nangezindlu zawoyise njengokomumo wamagama, ngezinhloko zabo, bonke abesilisa kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abangaphuma impi:

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Abantwana bakoRubeni, izibulo likaIsrayeli, ngensendo zabo, ngezizukulwana zabo, ngezindlu zaboyise, ngokwenani lamabizo, njengabavoti babo, bonke abesilisa, kusukela kwabangamashumi amabili. Abaneminyaka yobudala nangaphezulu, bonke abangaphuma ukuya empini;

Gade chapit la Kopi




UNumeri 1:20
8 Referans Kwoze  

Amadodana kaRubeni, izibulo lika-Israyeli. Wayeyizibulo, kodwa ngenxa yokuba wangcolisa umbhede kayise, ubuzibulo bakhe banikwa amadodana kaJosefa, indodana ka-Israyeli, futhi akabhalwangwa nasezizukulwaneni njengezibulo.


namadodana akhe uHanokhi, uPhalu, uHezironi noKharimi.


ULeya wakhulelwa, wazibula ngendodana, wayiqamba igama wathi nguRubeni, ngokuba wathi: “Kungoba uSimakade ulubonile usizi lwami. Impela umyeni wami usezongithanda manje.”


labo ababalwayo kubo, abesizwana sakwaRubeni, babeyizi-46 500.


Amadodana kaLeya kwakunguRubeni, izibulo likaJakobe, kulandele uSimeyoni, uLevi, uJuda, u-Isakhare noZabuloni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite