Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 1:19 - IsiZulu 2020

19 njengalokhu uSimakade ayemyalile uMose, wababala ehlane iSinayi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Njengalokho uJehova eyalile uMose, wababala kanjalo ehlane laseSinayi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Njengalokho uJehova emyalile uMose, wababala ehlane laseSinayi.

Gade chapit la Kopi




UNumeri 1:19
10 Referans Kwoze  

“Bala yonke inhlangano yabantu bakwa-Israyeli ngemindeni yabo nangezindlu zokhokho, ngokwenani lamagama, bonke abesilisa ngezinhloko zabo;


USolomoni wabala bonke abezizwe ababesezweni kwa-Israyeli, ngendlela uDavide uyise ayebabale ngayo phambilini. Wathola ukuthi bayizi-153 600.


UMose wenza konke njengalokhu uSimakade ayemyalile.


Lapho bengena ethendeni lokuhlangana nalapho besondela e-althare, babegeza, njengalokhu uSimakade ayemyalile uMose.


Abakwa-Israyeli benza konke njengalokhu uSimakade ayemyalile uMose.


Abantu bakwa-Israyeli benza njengakho konke uSimakade ayemyale ngakho uMose: bakanisa ngasemabhaneleni abo, basuka ngokwemindeni yabo, yilowo nalowo ngokwendlu yokhokho bakhe.


UMose wayinika u-Aroni namadodana akhe imali yesihlengo njengezwi likaSimakade, njengalokhu uSimakade ayemyalile uMose.


Yilabo-ke abaLevi ababalwa nguMose no-Eleyazare, umphristi, ngesikhathi kubalwa abakwa-Israyeli emathafeni kwaMowabi ngaseJordani, phesheya kweJerikho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite