Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 7:67 - IsiZulu 2020

67 ngale kwezinceku zabo zesilisa eziyizi-7 337 nezesifazane; babenabaculi besilisa nabesifazane abangama-245.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

67 ngaphandle kwezinceku zabo nezi ncekukazi zabo ezaziyizinkulungwane eziyisikhombisa namakhulu amathathu namashumi amathathu nesikhombisa; babe nabahlabeleli besilisa nabesifazane abangamakhulu amabili namashumi amane nanhlanu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

67 ngaphandle kwezinceku zabo nezincekukazi zabo, ababeyizinkulungwane eziyisikhombisa namakhulu amathathu namashumi amathathu nesikhombisa, futhi babe nabahlabeleli nabahlabeleli abangamakhulu amabili namashumi amane nanhlanu.

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 7:67
7 Referans Kwoze  

ngaphandle kwezinceku zabo nezincekukazi zabo ezaziyi-7 337; babenabahlabeleli besilisa nabesifazane abangama-200.


Zonke izizwe ziyakumkhonza, yena nendodana yakhe, nendodana yendodana yakhe, kuze kufike isikhathi sokuwa kwezwe lakhe, izizwe eziningi namakhosi amakhulu ayomenza isikhonzi sawo.


Kepha uma leyo nceku ithi enhliziyweni yayo: ‘Inkosi yami isalibele ukuba ifike,’ bese iqala ukushaya izisebenzi zesilisa nezesifazane, idle, iphuze, idakwe,


Namuhla ngineminyaka engama-80; ngisakwazi yini ukwehlukanisa okuhle nokubi na? Inceku yakho isengakuzwa nje ekudlayo nekuphuzayo? Kepha ngingabe ngisalizwa yini izwi lamadoda ahlabelelayo nabesifazane abahlabelelayo na? Kungani inceku yakho izoba ngumthwalo enkosini yami, inkosi na?


Sebebonke babeyizi-42 360,


Babenamahhashi angama-736, iminyuzi engama-245,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite