Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 7:43 - IsiZulu 2020

43 AbaLevi: abozalo lukaJeshuwa, ozalweni lukaKhadimiyeli, emndenini kaHodaviya, babengama-74.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

43 AmaLevi: abantwana bakwaJeshuwa kaKadimiyeli babantwana bakwaHodeva: ngamashumi ayisikhombisa nane.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

43 AmaLevi: abantwana bakwaJeshuwa, kaKadimiyeli nabantwana bakwaHodewa, amashumi ayisikhombisa nane.

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 7:43
7 Referans Kwoze  

Abozalo lwabaLevi: olukaJeshuwa noKhadimiyeli, amadodana kaHodaviya, babengama-74.


Ingxenye elandelayo yakhiwa nguRefaya, indodana kaHuri, umbusi wengxenye yesifunda eJerusalema.


abolukaHarimi beyi-1 017.


Abaculi: abozalo luka-Asafa babengama-148.


nabafowabo uShebhaniya, uHodiya, uKhelitha, uPhelaya, uHanani,


Nazi izinhloko zezifundazwe ezazihlala eJerusalema, kodwa emizini yakwaJuda bonke babehlala ezindaweni zabo: abakwa-Israyeli, abaphristi, abaLevi, izisebenzi zasethempelini, nabozalo lwezinceku zikaSolomoni.


AbaLevi: uJeshuwa, uBhinuwi, uKadimiyeli, uSherebhiya, uJuda, uMathaniya owayengamele amahubo okudumisa, nabangani bakhe,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite