Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 6:5 - IsiZulu 2020

5 Ngehlandla lesihlanu, uSanibhalathi wangithumelela lowo myalezo ngenceku yakhe, kodwa kwakuyincwadi engavaliwe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 USanibalati wayesethuma inceku yakhe kimi kanjalo ngokwesihlanu, iphethe incwadi evulekileyo esandleni sayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Inceku yakhe uSanibhalati yasithumela kimi ngokwesihlanu ngendlela efanayo, iphethe incwadi evulekileyo esandleni sayo;

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 6:5
7 Referans Kwoze  

nangayo yonke inkohliso yokungalungi kwababhubhayo, ngenxa yokuba bengakuvumanga ukuthanda iqiniso, ukuze basindiswe.


Hlomani izikhali zonke zikaNkulunkulu, ukuze nibe namandla okumelana namaqhinga kaSathane.


ukuze singehlulwa nguSathane, ngokuba asisibo abangawazi amaqhinga akhe.


Bangithumelela umyalezo ofanayo kwaze kwaba amahlandla amane, nami ngilokhu ngibabuyisela impendulo efanayo.


Kwakulotshwe kuyo ukuthi: “Kunamahlebezi ezizweni athi wena nabaJuda niceba ukuvukela inkosi, yingakho wakha kabusha ugange nje; ngokwalowo mbiko wena uzoba yinkosi yabo, noGashimu uyawafakazela lawo mahlebezi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite