Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 6:19 - IsiZulu 2020

19 Phambi kwami, babehlale betusa izenzo zakhe ezinhle; bembikela ngakho konke engangikusho. UThobiya wayengithumelela izincwadi zokungesabisa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Bakhuluma ngezenzo zakhe ezinhle phambi kwami, bamukisa kuye amazwi ami. UThobiya wathuma izincwadi ukungesabisa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Bamtshela izenzo zakhe ezinhle phambi kwami lamazwi ami. NoThobias wathumela izincwadi zokungethusa.

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 6:19
10 Referans Kwoze  

Bona bangabezwe; ngalokho bakhuluma okwezwe, nezwe liyabezwa.


Ukuba beningabezwe, izwe belizakunithanda ngokuba ningabalo, kodwa lokhu ningesibo abalo, kodwa nganikhetha Mina ezweni, kungakho izwe linizonda.


Izwe ngeke linizonde nina, kodwa Mina liyangizonda, ngokuba ngifakaza ngalo ukuthi imisebenzi yalo mibi.


Abalahla umthetho batusa izikhohlakali, kepha abagcina umthetho balwa nazo.


Babemqashe ngenhloso yokungesabisa ukuze ngenze isono ngokwenza kanjalo, bangigxibhe, bangithele ngehlazo.


Ngokuba bonke babefuna ukusethusa, bethi: “Bazodikibala bayeke ukusebenza.” Ngakhuleka ngathi: “Nkulunkulu, qinisa izandla zami.”


ngokuba abaJuda abaningi babenesibopho sesifungo ababesenze naye, ngoba wayeganwe yindodakazi kaShekhaniya, indodana ka-Ara, indodana yakhe, uJehohanani, iganwe yindodakazi kaMeshulami, indodana kaBherekhiya.


Kwathi sekuphelile ukwakhiwa kogange lomuzi, kwafakwa namasango, kwamiswa abalindisango, abaculi nabaLevi,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite