Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 5:17 - IsiZulu 2020

17 Ngaphezu kwalokho ngangidla nabantu abayi-150, abaJuda nezikhulu, ngaphandle kwalabo abavela ezizweni esakhelene nazo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 AbaJuda nababusi, abantu abayikhulu namashumi ayisihlanu, badla etafuleni lami, kanye nabafika kithi bevela kwabezizwe abasizungezayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Ngaphezu kwalokho, kwakukhona etafuleni lami kumaJuda nababusi abayikhulu namashumi amahlanu, ngaphandle kwalabo abeza kithi bevela kwabezizwe abasizungezile.

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 5:17
8 Referans Kwoze  

Ngalokho-ke thumela, uqoqele kimi wonke u-Israyeli entabeni iKharmeli, nabaphrofethi bakaBhali abangama-450, nabaphrofethi baka-Ashera abangama-400, abadla etafuleni likaJezebheli.”


UDavide wayesethi kuye: “Ungesabi, ngokuba ngiyakukwenzela impela umusa ngenxa kaJonathani, uyihlo; ngizokubuyisela lonke izwe likamkhulu wakho, uSawule; uyakudla njalo etafuleni lami.”


nifune njalo ukuhlanganyela ekusweleni kwabangcwele, nisize nabayizihambi.


Kodwa ohloniphekileyo uceba okuhloniphekileyo, futhi umi ngezinto ezihloniphekile.


UMefibhoshethi wayesehlala eJerusalema, edla njalo etafuleni lenkosi; wayenezinyawo ezikhubazekile.


Ngasebenza ngokuzikhandla emsebenzini wami wokwakha kabusha ugange, angizange ngizithengele nsimu. Zonke izinceku zami zazimatasatasa ekwakhiweni kabusha kogange.


“Wena uyazi ukuthi uDavide, ubaba, akakwazanga ukwakhela igama likaSimakade uNkulunkulu wakhe indlu, ngenxa yezimpi ezazimzungezile; uSimakade waze wabeka izitha phansi kwamathe ezinyawo zakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite