Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 3:8 - IsiZulu 2020

8 Ingxenye elandelayo yakhiwa ngu-Uziyeli, indodana kaHarihaya, umkhandigolide. Elandelayo yayihamba ize iyofika oGangeni Olukhulu, yona yakhiwa kabusha nguHananiya, owayenza amakha.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Eceleni kwabo kwalungisa u-Uziyeli indodana kaHarihaya wabakhandi begolide. Eceleni kwakhe kwalungisa uHananiya wabathaki. Baliyeka iJerusalema kwaze kwaba soGangeni Olubanzi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Eceleni kwakhe kwalungisa u-Uziyeli indodana kaHarihaya, umkhandi wegolide; Eceleni kwakhe uHananiya, indodana yabathaki beziqholo, naye wabuya, baqinisa iJerusalema kuze kube sogangeni olubanzi.

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 3:8
6 Referans Kwoze  

Esinye isigaba saya ngakwesokhohlo, mina ngasilandela nengxenye yabantu ogangeni, ngasenhla kombhoshongo wezithando, kwaze kwaba soGangeni Olubanzi,


Abathulula igolide esikhwameni, balinganise isiliva esilinganisweni, baqashe umkhandisiliva ukuba enze unkulunkulu, bese bekhothama, bakhuleke.


Izimpukane ezifile zenza amakha abe nephunga elibi; kanjalo nobuwula obuncane buyakwedlula ukuhlakanipha nodumo.


Uyokwenza ngalokhu amafutha okugcoba angcwele, anamakha athakiweyo njengokwenza komthaki, ayakuba ngamafutha angcwele okugcoba.


Wayeseyala izinceku zakhe eziyizinyanga ukuba zigqumise isidumbu sikayise ngemithi. Izinyanga zamgqumisa-ke u-Israyeli ngemithi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite