Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 3:30 - IsiZulu 2020

30 Ingxenye elandelayo yakhiwa nguHananiya, indodana kaShelemiya noHanuni, indodana kaZalafi yesithupha. Ingxenye elandelayo yakhiwa nguMeshulamu, indodana kaBherekhiya, ngoba yayiphambi komuzi wakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Emva kwakhe kwalungisa uHananiya, indodana kaShelemiya, noHanuni, indodana yesithupha kaSalfi, elinye ibanga. Emva kwakhe kwalungisa uMeshulamu indodana kaBerekiya malungana nekamelo lakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

30 Ngemva kwakhe, uHananiya, indodana kaShelemiya, noHanuni, indodana yesithupha kaSalafi, balungisa elinye ibanga. Emva kwakhe kwalungisa uMeshulamu indodana kaBeregiya ekamelweni lakhe.

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 3:30
5 Referans Kwoze  

Ingxenye elandelayo yakhiwa nguZadoki, indodana ka-Imeri, ngoba yayiphambi komuzi wakhe. Ingxenye elandelayo yakhiwa nguShemaya, indodana kaShekhaniya, umlindi wesango iMpumalanga.


Ingxenye elandelayo yakhiwa nguMalikhija, umkhandigolide, kusukela endlini eyayisetshenziswa ngamadoda ayesebenza ethempelini nabahwebi, eyayingasesangweni iMifikhadi, eduze nendlu ephezu kogange, ejikeni elisenyakatho mpumalanga yalo.


Ingxenye elandelayo yalungiswa nguMeremothi, indodana ka-Uriya, umzukulu kaHakozi. Elandelayo yakhiwa nguMeshulami, indodana kaBherekhiya, umzukulu kaMeshezabheli. Ingxenye elandelayo yakhiwa nguZadoki, indodana kaBhahana.


ngokuba abaJuda abaningi babenesibopho sesifungo ababesenze naye, ngoba wayeganwe yindodakazi kaShekhaniya, indodana ka-Ara, indodana yakhe, uJehohanani, iganwe yindodakazi kaMeshulami, indodana kaBherekhiya.


Ngaqoka amanye amadoda ukuba abe ngabagcinimafa bezinqolobane: uShelemiya umphristi, uZadoki ungoti kwezomthetho noPhedaya umLevi. UHanani, indodana kaZakhuri indodana kaMathaniya, wayezoba ngumsizi wabo. Lawo madoda ngangiwethemba ukuthi ayezoba qotho lapho esehlukaniselana nabanye ayesebenza nabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite