Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 3:28 - IsiZulu 2020

28 Ngenhla kweSango Lehhashi, kwakha abaphristi, yilowo nalowo akha phambi komuzi wakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 Phezu kweSango Lehhashi kwalungisa abapristi, kwaba yilowo nalowo malungana nendlu yakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

28 Ngaphezu kwesango lamahhashi abapristi balungisa, kwaba yilowo nalowo phambi kwendlu yakhe.

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 3:28
6 Referans Kwoze  

Base bembamba ngezandla baya naye ekungeneni kwesango lamahhashi, endlini yenkosi; bambulala khona.


Isigodi sonke; lapho kugcwele khona izidumbu, nalapho kulahlwa khona umlotha, nawo wonke amasimu, kuze kube semfudlaneni iKidroni, kuze kufike egumbini leSango Lehhashi ngasempumalanga; kuyakuba ngcwele kuSimakade, kungabe kusasishulwa, noma kubhidlizwe, kuze kube phakade.”


Bamdedela nxazombili, wayesehamba ngendlela okungena ngayo amahhashi endlini yenkosi; wabulawelwa lapho.


Ingxenye elandelayo yakhiwa nguBhenjamini noHashubhi, kwazise yayiphambi kwemizi yabo. Ingxenye elandelayo yakhiwa ngu-Azariya, indodana kaMahaseya, indodana ka-Ananiya, kwazise yayiphambi komuzi wakhe.


Ingxenye elandelayo yakhiwa nguJedaya, indodana kaHarumafi, kwazise yayiseduze nomuzi wakhe. Elandelayo yakhiwa nguHathushi, indodona kaHashabhineya.


Ingxenye elandelayo yakhiwa nguZadoki, indodana ka-Imeri, ngoba yayiphambi komuzi wakhe. Ingxenye elandelayo yakhiwa nguShemaya, indodana kaShekhaniya, umlindi wesango iMpumalanga.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite