Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 3:19 - IsiZulu 2020

19 Ingxenye elandelayo ephambi kwendawo yezikhali kuze kuyofika endaweni lapho ugange lujika khona yakhiwa ngu-Ezeri, indodana kaJeshuwa, umbusi waseMizpha.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Eceleni kwakhe kwalungisa u-Ezeri indodana kaJeshuwa, umbusi waseMispa, elinye ibanga malungana nommango oya endlini yezikhali eNqutshini.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Eceleni kwakhe u-Ezeri indodana kaJeshuwa, umbusi waseMispa, walungisa enye indawo malungana nomnyango wendlu yezikhali ekhoneni lomduli.

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 3:19
6 Referans Kwoze  

U-Uziya wakha imibhoshongo eJerusalema ngasesangweni leGumbi, nangasesangweni leSigodi nangaseNqutshini.


AbaLevi: uJeshuwa, uBhinuwi, uKadimiyeli, uSherebhiya, uJuda, uMathaniya owayengamele amahubo okudumisa, nabangani bakhe,


AbaLevi: uJeshuwa, indodana ka-Azaniya, noBhinuwi wamadodana kaHenadadi, noKhadimiyeli,


ISango Lomthombo lakhiwa kabusha nguShalumi, indodana kaKholihoze, umbusi wesifunda eMizpha. Walakha, walifulela, wamisa amasango ezindaweni zawo, wafaka imigoqo nezihluthulelo, wakha nogange echibini iShela ngasengadini yenkosi, kwaze kwaba sezikhwelweni ezehlela emzini kaDavide.


Ingxenye elandelayo yakhiwa nguBhavayi, indodana kaHenadadi, umbusi wenye ingxenye yesifunda iKheyila.


Ingxenye elandelayo yakhiwa nguBhinuwi, indodana kaHenadadi, kusukela endlini ka-Azariya kuze kuyofika ejikeni logange.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite