Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 3:17 - IsiZulu 2020

17 Laba baLevi abalandelayo bakha kabusha izingxenye ezithile zogange: uRehumi, indodana kaBhani, wakha ingxenye elandelayo; uHashabhiya, umbusi wengxenye yesifunda iKheyila, wakha ingxenye elandelayo, enzela isifunda sakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Emva kwakhe kwalungisa amaLevi, uRehumi indodana kaBani. Eceleni kwakhe kwalungisa uHashabiya, umbusi wenxenye yesifunda saseKeyila esifundeni sakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Ngemva kwakhe amaLevi asila, uRehumi indodana kaBani. Eceleni kwakhe uHasábja, umbusi wengxenye yesifunda saseKehila, wahlengwa esikhundleni sakhe.

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 3:17
8 Referans Kwoze  

iKheyila, i-Akhizibhi, neMaresha; isiyonke imizi iyisishiyagalolunye nemizana yayo.


Ingxenye elandelayo yayize iyofika ngaphambi kwedlinza likaDavide, kuya echibini nendlu yamaqhawe, kwakhiwa nguNehemiya, indodana ka-Azibhuki, umbusi wengxenye yesifunda iBhethi Zuri.


Abayizi-24 000 kulaba yibona abayongamela umsebenzi wendlu kaSimakade. Abayizi-6 000 babe yizikhulu nabehluleli.


Ingxenye elandelayo yakhiwa nguRefaya, indodana kaHuri, umbusi wengxenye yesifunda eJerusalema.


Ingxenye elandelayo yakhiwa nguBhavayi, indodana kaHenadadi, umbusi wenye ingxenye yesifunda iKheyila.


Kwase kuma endaweni ephakeme yabaLevi; uJeshuwa, uBhani, uKadimiyeli, uShabhaniya, uBhuni, uSherebhiya, uBhani noKhenani. Bamemeza ngezwi elikhulu kuSimakade uNkulunkulu wabo.


uShekhaniya, uRehumi, uMeremothi,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite