Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 3:12 - IsiZulu 2020

12 Ingxenye elandelayo yakhiwa nguShalumi, indodana kaHaloheshi, umbusi wenye ingxenye yesifunda eJerusalema. Amadodakazi akhe amsiza kulowo msebenzi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Eceleni kwabo kwalungisa uShalumi indodana kaHaloheshi, umbusi wenxenye yesifunda saseJerusalema, yena namadodakazi akhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Eceleni kwakhe uShalumi indodana kaHalohesi, umbusi wengxenye yesifunda saseJerusalema, walungisa, yena namadodakazi akhe.

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 3:12
6 Referans Kwoze  

Ingxenye elandelayo yakhiwa nguRefaya, indodana kaHuri, umbusi wengxenye yesifunda eJerusalema.


Yebo, ngiyakunxusa nawe mhlobo wami oqotho, ukuba ubalekelele labo besifazane, ngokuba bahlanganyela nami evangelini, benoKlemente nezinye izisebenzi zami, amagama azo alotshiwe encwadini yokuphila.


Bonke abesifazane ababenekhono, baphotha ngezandla zabo, base beletha lokho ababekuphothile okuluhlaza okwesibhakabhaka, okubukhwebezane, okubomvu, nelineni elicolekileyo.


Abalindisango: abozalo lukaShalumi, baka-Atheri, bakaThalimoni, baka-Akhubhi, bakaHathitha nabakaShobhayi babeyi-138.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite