Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 3:10 - IsiZulu 2020

10 Ingxenye elandelayo yakhiwa nguJedaya, indodana kaHarumafi, kwazise yayiseduze nomuzi wakhe. Elandelayo yakhiwa nguHathushi, indodona kaHashabhineya.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Eceleni kwakhe kwalungisa uJedaya indodana kaHarumafi malungana nendlu yakhe. Eceleni kwakhe kwalungisa uHathushi indodana kaHashabineya.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Eceleni kwabo kwalungisa uJedaya indodana kaHarumafi malungana nendlu yakhe. Eceleni kwakhe uHathusi, indodana kaHasabinja, walulama.

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 3:10
7 Referans Kwoze  

uHathushi, uShebhaniya, uMalukhi,


Ingxenye elandelayo yakhiwa nguBhenjamini noHashubhi, kwazise yayiphambi kwemizi yabo. Ingxenye elandelayo yakhiwa ngu-Azariya, indodana kaMahaseya, indodana ka-Ananiya, kwazise yayiphambi komuzi wakhe.


Ingxenye elandelayo yakhiwa nguRefaya, indodana kaHuri, umbusi wengxenye yesifunda eJerusalema.


Ingxenye elandelayo noMbhoshongo Wohhavini kwakhiwa nguMalikhija, indodana kaHarimi noHashubhi, indodana kaPhahathi Mowabi.


AbaLevi: uJeshuwa, uKadimiyeli, uBhani, uHashabhineya, uSherebhiya, uHodiya, uShebhaniya noPhethahiya, bama kwenye indawo ephakeme, bamemeza bathi: “Sukumani nidumise uSimakade uNkulunkulu wenu, kusukela phakade, kuze kube phakade.” “Malibongwe iGama lakho elidumisekayo neliphakeme phezu kwakho konke ukubonga nokudumisa.”


uHarimi, uMeremothi, u-Obhadiya,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite