Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 13:21 - IsiZulu 2020

21 kodwa ngabenqabela, ngathi: “Yini eyenza nibe seceleni kogange ebusuku na? Uma niphinda nikwenza lokho ngizonibopha.” Kusukela ngalolo suku abaphindanga balala lapho ngasogangeni ebusuku.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Ngabaxwayisa, ngathi kubo: “Nilalelani malungana noganga na? Uma niphinda, ngiyakubeka isandla sami kini.” Kusukela kuleso sikhathi abafikanga ngesabatha.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Ngase ngifakaza ngabo, ngathi kubo: Nilalani odongeni na? uma uphinda, ngiyakubeka izandla phezu kwakho. Kusukela lapho abaphindanga beza ngeSabatha.

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 13:21
6 Referans Kwoze  

noma ngabe ngababusi, njengokuba bethunywe yiyo ukuba babajezise abenza okubi, kodwa batuse abenza okuhle,


Bonke abangawulaleli umthetho kaNkulunkulu wakho nomthetho wenkosi, kumele bajeziswe ngokubafaneleyo, kungaba ngokufa noma ngokudingiswa, noma ngokudlelwa impahla noma ngokuboshwa.”


Ngalezo zinsuku ngabona abantu kwaJuda bekhama amagilebhisi ngeSabatha. Abanye babethwese izimbongolo zabo okusanhlamvu, iwayini, amagilebhisi, amakhiwane nezinye izinto, bekuyisa eJerusalema; ngabexwayisa ukuthi bangathengisi lutho ngeSabatha.


Abahwebi nabathengisi nayo yonke impahla yabo babehlala ngaphandle kweJerusalema ebusuku, kanye noma kabili,


“Siyazibophezela ukuthi njalo ngonyaka, siyonikela ingxenye yesithathu yeshekeli, ibe ngeyomsebenzi wendlu kaNkulunkulu wethu,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite