Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 12:7 - IsiZulu 2020

7 uSalu, u-Amoki, uHilikiya noJedaya. Labo babeyizinhloko zabaphristi nezabafowabo, emihleni kaJeshuwa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 noSalu, no-Amoki, noHilikiya, noJedaya. Labo babe yizinhloko zabapristi nezabafowabo emihleni kaJeshuwa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 uShalu, u-Amoki, uHilikiya, uJedaya. Laba babengabapristi abakhulu nabafowabo ezinsukwini zikaJesu.

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 12:7
8 Referans Kwoze  

Wayesengikhombisa uJoshuwa umphristi omkhulu emi phambi kwengelosi kaSimakade, noSathane wayemi ngakwesokunene sakhe emmangalela.


Ngonyaka wesibili wokubusa kukaDariyu inkosi, ngenyanga yesithupha, ngosuku lokuqala enyangeni, kwafika izwi likaSimakade ngesandla sikaHagayi umphrofethi kuZerubhabhele indodana kaSheyalitiyeli, umbusi wakwaJuda, nakuJoshuwa indodana kaJehozadaki, umphristi omkhulu, lathi:


Nampa abaphristi nabaLevi ababuya noZerubhabhele, indodana kaSheyalitiyeli noJeshuwa: uSeraya, uJeremiya, u-Ezra,


UJeshuwa, indodana kaJozadaki, nabanye abaphristi noZerubhabhele, indodana kaSheyalitiyeli, nabafowabo, balakha kabusha i-althare likaNkulunkulu ka-Israyeli ukuze kunikelwe phezu kwalo iminikelo yokushiswa, njengoba kulotshiwe emthethweni kaMose, umuntu kaNkulunkulu.


olwama-23 uDelaya, nolwama-24 uMahaziya.


Bayibiza inkosi, kwase kuphuma u-Eliyakimi, indodana kaHilikiya, owayengamele isigodlo, uShebhina, umbhali, noJowa, indodana ka-Asafa, umqophi.


uShemaya, uJoyaribi, uJedaya,


AbaLevi: uJeshuwa, uBhinuwi, uKadimiyeli, uSherebhiya, uJuda, uMathaniya owayengamele amahubo okudumisa, nabangani bakhe,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite