Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 12:38 - IsiZulu 2020

38 Esinye isigaba saya ngakwesokhohlo, mina ngasilandela nengxenye yabantu ogangeni, ngasenhla kombhoshongo wezithando, kwaze kwaba soGangeni Olubanzi,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

38 Esinye isigaba saya ngakwesokhohlo, mina ngasilandela kanye nenxenye yabantu ogangeni, ngasenhla koMbhoshongo Wezithando, kwaze kwaba soGangeni Olubanzi,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

38 Esinye isixuku sezihlabelelo sahamba malungana nabo, mina ngemva kwabo nengxenye yabantu esodongeni, kusukela ngale kombhoshongo weziko kuze kufike odongeni olubanzi;

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 12:38
3 Referans Kwoze  

Ingxenye elandelayo yakhiwa ngu-Uziyeli, indodana kaHarihaya, umkhandigolide. Elandelayo yayihamba ize iyofika oGangeni Olukhulu, yona yakhiwa kabusha nguHananiya, owayenza amakha.


Ingxenye elandelayo noMbhoshongo Wohhavini kwakhiwa nguMalikhija, indodana kaHarimi noHashubhi, indodana kaPhahathi Mowabi.


Ngase nginyusela phezu kogange abaholi bakwaJuda, ngabeka izigaba ezimbili ezinkulu ezazibonga, zahlaba ihele; esinye sahamba ngakwesokunene sogange, saya ngaseSangweni Lomquba;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite