Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 12:28 - IsiZulu 2020

28 Amaqembu abaculi abuthana evela ethafeni elalizungeze iJerusalema, nasemizaneni yabaLevi,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 Abantwana babahlabeleli babuthana bevela ethafeni elalizungeza iJerusalema nasemizaneni yamaLevi,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

28 Amadodana abahlabeleli abuthana ethafeni elizungeza iJerusalema nasemizini yaseNethofati;

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 12:28
7 Referans Kwoze  

u-Obhadiya kaShemaya, kaGalali, kaJeduthuni, uBherekhiya ka-Asa, ka-Elikhana owayehlala emizaneni yamaNethofa.


Amadodana kaSalima: kwakunguBhethlehema, uNethofa, u-Atharothi Bhethi Jowabe, nengxenye yamaManahathi, amaZori.


uSanibhalathi noGeshemi bangithumelela umyalezo othi: “Woza sihlale phansi sidingide lolu daba komunye wemizana esethafeni e-Ono.” Kepha babehlose ukungenza isilo sengubo.


Emva kwakhe kwalungisa abaphristi namadoda asezindaweni ezazizungeze lapho.


naseBhethi Giligali, nasemasimini eGebha, nase-Azimavethi, ngokuba babezakhele imizana nxazonke zeJerusalema.


Ngabuye ngezwa nokuthi abanye abaLevi nabaculi ababesebenza ethempelini sebehambile bayosebenza emasimini abo, ngoba abantu base beyekile ukuba babanike isabelo sabo.


Amadoda aseBhethlehema naseNethofa ayeyi-188,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite