Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 11:23 - IsiZulu 2020

23 Abaculi babephethwe ngumyalelo wenkosi owawuqondisa abakwenzayo nsuku zonke.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Ngokuba kwakukhona umyalo wenkosi ngabo, nomthetho wabahlabeleli njengokufunekayo imihla ngemihla.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Ngoba kwakungumyalo wenkosi ngokuphathelene nabo ukuthi isabelo esithile kufanele sibe sabahlabeleli, usuku ngalunye.

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 11:23
5 Referans Kwoze  

ezinsukwini zikaZerubhabhele noNehemiya, wonke u-Israyeli wanikela ingxenye yansuku zonke ukubonelela abaculi nabalindisango. Bahlukanisa lokho okwakungokwabaLevi, nabaLevi bakuhlukanisela abozalo luka-Aroni.


Abanye abahlabeleli babeyizinhloko zezindlu zoyise zabaLevi, besemakamelweni, bekhululiwe kweminye imisebenzi, ngokuba babesemsebenzini imini nobusuku.


Isabelo sakhe ayesiphiwa yinkosi, sasiyisabelo esimiyo semihla ngemihla, zonke izinsuku zokuphila kwakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite