Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 1:8 - IsiZulu 2020

8 Khumbula owakusho kuMose lapho uthi: ‘Uma ningihlubuka ngizonihlakazela phakathi kwezizwe,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 “Ake ulikhumbule izwi owayala ngalo inceku yakho uMose ngokuthi: ‘Uma niphambuka, mina ngiyakunihlakazela phakathi kwezizwe;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Khumbula izwi owayala ngalo inceku yakho uMose ngokuthi: Uma neqa, ngiyakunihlakazela ezizweni.

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 1:8
10 Referans Kwoze  

“USimakade uyakukuhlakazela ezizweni zonke, kusukela kolunye uhlangothi lomhlaba kuze kufike kolunye, uyokhonza lapho abanye onkulunkulu bemithi namatshe ongabaziyo, wena nokhokho bakho.


ukwenzela okhokho bethu isihawu, nokukhumbula isivumelwano sayo esingcwele;


Khumbula izwi owalisho encekwini yakho, owangenza ngalo ngaba nethemba.


Ngiyakukuhlakazela ezizweni, ngikusabalalisele emazweni, ngikuqede ukungcola kwakho okukuwe.


Ngakho-ke abazali bayakudla abantwana babo phakathi kwakho, nabantwana badle abazali, ngiyakuletha ukwehlulela kuwe, kuthi insali yenu ngiyihlakazele kuyo yonke imimoya.


“ ‘Kepha ngiyakushiya insali, abaphunyuke enkembeni ngiyakubahlakazela ezizweni nasemazweni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite