Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 1:1 - IsiZulu 2020

1 Nanka amazwi kaNehemiya, indodana kaHakaliya. Ngenyanga uKhisilevi, ngonyaka wama-20, ngiseShushani inhlokomuzi,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Amazwi kaNehemiya indodana kaHakaliya. Kwathi ngenyanga kaKhisilevi, ngomnyaka wamashumi amabili ngisendlini yenkosi yaseShushani,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Amazwi kaNehemiya indodana kaHagaliya. Kwathi ngenyanga kaKislewu, ngomnyaka wamashumi amabili, ngisesigodlweni uSusan,

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 1:1
9 Referans Kwoze  

Kwathi ngonyaka wesine wokubusa kwenkosi uDariyu izwi likaSimakade lafika kuZakhariya ngosuku lwesine ngenyanga yesishiyagalolunye, kuKhisilevi.


Abashaya isigxivizo kwaba yilaba: uNehemiya umbusi, indodana kaHakaliya, uZedekiya,


Inkosi u-Ahasheveroshi, ngaleso sikhathi, yayibusa ihlezi esihlalweni sayo esasisenhlokomuzi yayo, iShushani,


Ngabona embonweni, lapho ngibheka ngangiseShushani esigodlweni senkosi esifundeni sase-Elamu; embonweni ngabona ngangingasemselenikazi i-Ulayi.


U-Ezra waphuma eBhabhele ngonyaka wesikhombisa wokubusa kuka-Arithahishashitha, waya eJerusalema nabanye bakwa-Israyeli, abaphristi, abaLevi, abaculi, abalindisango nezisebenzi zasethempelini.


Izigijimi zashesha njengoba zaziyalwe yinkosi; kwashaywa umthetho enhlokomuzi iShushani. Inkosi noHamani bahlala phansi baphuza, kodwa kwaba nokudideka okukhulu emzini iShushani.


Ngenyanga uNisani, ngonyaka wama-20 wokubusa kwenkosi u-Arithahishashitha, iwayini liphambi kwenkosi, ngalithunga ngalinika inkosi. Ngangingakaze ngibe ngodangele phambi kwayo.


Bonke abantu bakwaJuda nabakwaBhenjamini babuthana eJerusalema ezinsukwini ezintathu; kwakuyinyanga yesishiyagalolunye, ngolwama-20 lwenyanga. Bonke abantu bahlala phansi phambi kwendlu kaNkulunkulu, beqhaqhazela ngenxa yobucayi balolu daba, nangenxa yemvula enkulu.


Kusukela ngosuku inkosi u-Arithahishashitha eyangibeka ngalo ngaba ngumbusi wabo ezweni lakwaJuda, ngonyaka wama-20 wokubusa kwayo, kuze kube ngunyaka wama-32, okuyiminyaka eli-12 isiyonke, mina nabafowethu asidlanga sabelo sombusi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite