Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNahume 2:7 - IsiZulu 2020

7 Kunqunyiwe ngalo, liyambulwa, liyathunjwa, nezincekukazi zalo ziyalila njengokukhala kwamajuba, azishaya phezu kwezinhliziyo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Kunqunyiwe: liyambulwa, lisuswe; izincekukazi zalo zibubula ngezwi lamajuba, zibetha phezu kwezinhliziyo zazo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 UHuzabi uyakuthunjwa, akhushulwe, izincekukazi zakhe zimhambise njengezwi lamajuba ahlala phezu kwezifuba zawo.

Gade chapit la Kopi




UNahume 2:7
9 Referans Kwoze  

Sonke sigwavuma njengamabhele, siyakhala nokukhala njengamajuba; silindela ukwehlulela, kodwa akukho, nokusindiswa, kodwa kukude nathi.


Njengenkonjane noma indwa ngiyatshiyoza, ngiyakhala njengejuba; amehlo ami akhathele ukubheka phezulu; Nkosi, ngicindezelwe, yiba lusizo lwami.”


Zonke izixuku ezazibuthene lapho zibukela lesi sehlakalo, kuthe sezibonile okwenzekileyo, zabuyela emakhaya, zidangele.


Kwakulandela isixuku esikhulu, kukhona nabesifazane ababemkhalela, bekhihla isililo.


Thwalani imikhono emakhanda, ngenxa yamasimu amahle, nezivini ezithelayo.


Kwathi uPhethro esesegcekeni ezansi, kwafika enye yamantombazane omphristi omkhulu,


Abasindileyo kubo bayakuphunyuka, batholakale ezintabeni njengamajuba asezigodini, bonke belila, yilowo nalowo ngezono zakhe.


Amasango emifula asevuliwe, isigodlo siyabhidlika.


Bheka nje, abantu bakho onabo bangamanina. Amasango ezwe lakho avulekele izitha zakho, umlilo uyakungqongqisa imigoqo yakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite