Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNahume 1:12 - IsiZulu 2020

12 Usho kanje uSimakade: “Noma benamandla, futhi bebaningi, kodwa bayakuqothulwa bashabalale, nakuba ngikuhluphile, kepha ngeke futhi ngisakuhlupha.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Usho kanje uJehova, uthi: “Noma benamandla, futhi bebaningi, nokho bayakuqedwa, banyamalale; noma ngikuhluphile, angisayikukuhlupha.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Usho kanje uJehova, uthi: “Noma bethula, bebaningi kangaka, nokho bayakubhujiswa lapho edlula. Noma nginicindezele, angisayikunicindezela;

Gade chapit la Kopi




UNahume 1:12
20 Referans Kwoze  

USimakade waphendula wathi kubantu bakhe: “Bhekani-ke, ngiyakunithumelela okusanhlamvu, iwayini elisha namafutha amasha, niyakusutha ngakho, ngingabe ngisanenza inhlekisa ezizweni.


Kabasalambi, kabasomi, kabasashiswa yilanga, nanoma ngabe luhlobo luni lokushisa,


Bheka ezintabeni izinyawo zoletha izindaba ezinhle, omemezela ukuthula. Gubha imikhosi yakho Juda, feza izifungo zakho, ngokuba omubi akasayukudabula futhi kuwe. unqunywe ngokupheleleyo.


Amadodana ayo ayakuhloma, abuthe isixuku sezimpi eziningi; ziyakufika nokufika, zikhukhule, zidlule; ziyakubuya, zilwe kuze kube senqabeni yayo.


isho kanje iNkosi yakho, uSimakade, uNkulunkulu wakho, Yona emela indaba yabantu bayo, ithi: “Bheka, ngiyisusile esandleni sakho indebe yokuntengezela; awuseyukubuye uphuze endebeni yolaka lwami.


Ingelosi kaSimakade yaphuma yabulala enkanjini yabase-Asiriya abayizi-185 000. Kuvukwa ngakusasa, babona ukuthi bonke babefile kuyizigingqane zezidumbu.


“Abase-Asiriya bayofa ngenkemba, kungeyona eyomuntu; inkemba okungesiyona eyomuntu iyobaqothula, bayothi galo yephuka phambi kwenkemba. Izinsizwa zakhona ziyoba yizisebenzi ezingakhokhelwa.


Wena sizwe esakhe eZiyoni, nina zakhamuzi zaseJerusalema, ningabe nisakhala; impela uyokwenzela umusa, lapho ezwa ukukhala kwakho, uyokuphendula.


Ngokuhlwa, kuba yingebhe yodwa; kuthi kungakasi zibe zingasekho. Yileso-ke isabelo sabasiphangayo, nonkatho lwabasiqhwagayo.


utheleke kwaJuda. Uyogcwala, ufinyelele ezinkwazini, bese amaphiko awo elulekileyo agcwalise ububanzi bezwe lakho, Imanuweli.”


Ngalolo lusuku iNkosi iyakuphuca ngensingo eyiqashe ezifundeni ezingaphesheya komfula (okusho ukuthi inkosi yase-Asiriya), ikhanda neziboya emlenzeni, futhi iyihluthule isilevu.


Kwathi ekhuleka endlini kaNisiroki, unkulunkulu wakhe, u-Adirameleki noSarezeri, amadodana akhe, ambulala ngenkemba, abalekela e-Ararathi. U-Esari Hadoni, indodana yakhe, waba yinkosi esikhundleni sakhe.


Kwathi ngalobo busuku, kwaphuma ingelosi kaSimakade, yabulala enkanjini yabase-Asiriya abayizi-185 000; sebevuka ekuseni, bheka, kwakuyizidumbu zodwa.


“ ‘Ngokuba ngiyokwedlula eGibhithe ngalobo busuku, ngibulale wonke amazibulo eGibhithe, awabantu nawezilwane, ngibehlulele bonke onkulunkulu baseGibhithe: nginguSimakade.


Ngakho iNkosi uSimakade Wamabandla izothumela isifo esincunzayo phakathi kwamabutho akhe akhulupheleyo, iphembe umlilo ngaphansi kwenkazimulo yayo umlilo uvuthe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite