Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 9:16 - IsiZulu 2020

16 Ngase ngithi: “Ukuhlakanipha kungcono kunamandla,” ngisho noma ukuhlakanipha komuntu ompofu kwedeleleka, namazwi akhe engashaywa mkhuba.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Ngase ngithi: “Ukuhlakanipha kuhle kunamandla,” kepha ukuhlakanipha kompofu kuyadelelwa, namazwi akhe awezwakali.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Ngase ngithi: “Ukuhlakanipha kungcono kunamandla; nokho ukuhlakanipha kompofu kuyadelelwa, namazwi akhe awezwakali.

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 9:16
13 Referans Kwoze  

Ukuhlakanipha kuletha amandla kumuntu ohlakaniphile, edlule ababusi abalishumi abasemzini.


Umuntu ohlakaniphileyo wedlula onamandla, nonolwazi wedlula onezikhwepha.


Ohlakaniphileyo angenyukela emzini wamaqhawe, ayiwise inqaba athembele kuyo.


Ukuhlakanipha kungcono kunezikhali zokulwa, kodwa isikhohlakali sisinye sibhubhisa okuhle okuningi.


Ingcebo yocebileyo iyinqaba yakhe, kodwa ubuphofu babampofu bungukubhubha.


Kimina kuneseluleko nokuhlakanipha, ngingukuqonda, namandla angawami.


Ngokuba ukuvikeleka kokuhlakanipha kufana nokuvikeleka kwemali, kodwa ubuhle bolwazi nokuhlakanipha kulondoloza ukuphila kwalowo onakho.


Uma imbazo ibuthuntu, umuntu engayilolanga, usebenzisa amandla amakhulu; kodwa ukuhlakanipha kuletha ithuba lempumelelo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite