Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 9:15 - IsiZulu 2020

15 Kulowo muzi kwakukhona indoda empofu ehlakaniphile, yona ngokuhlakanipha kwayo yawuhlenga, kodwa akekho oyikhumbulayo leyo ndoda empofu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 kepha kwafunyanwa kuwo indoda empofu ehlakaniphileyo; yawukhulula umuzi ngokuhlakanipha kwayo, kodwa nokho akakho okhumbula leyo ndoda empofu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Kwafunyanwa kuwo indoda empofu ehlakaniphileyo, yawusindisa umuzi ngokuhlakanipha kwayo; nokho akakho owamkhumbula lowo muntu ompofu.

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 9:15
8 Referans Kwoze  

Ungcono umuntu osemusha oswele kodwa ohlakaniphile, kunenkosi endala eyisiwula, engasemukeli iseluleko.


Nokho induna yabaphathindebe ayimkhumbulanga uJosefa; yamkhohlwa.


Owesifazane waya kubantu, wabatshela ngecebo lakhe eliphusile, nempela balinquma ikhanda likaSheba, indodana kaBhikhiri, baliphonsa ngaphandle kuJowabe. UJowabe wayesebetha icilongo, abantu bahlakazeka bawushiya umuzi, babuyela emathendeni abo. UJowabe waphindela enkosini eJerusalema.


Ngokuba akukho ukukhunjulwa kohlakaniphileyo nesiwula, ngoba ngokuhamba kwezinsuku, bobabili bayalibaleka. Kungenzeka kanjani ukuthi ohlakaniphile afe njengesiwula na?


Ohlakaniphileyo angenyukela emzini wamaqhawe, ayiwise inqaba athembele kuyo.


Ngabona ababi bengcwatshwa, ababevame ukungena bephuma endaweni engcwele, belibaleka emzini lapho babenza khona lezo zinto; nalokho kuyize.


Ukuhlakanipha kuletha amandla kumuntu ohlakaniphile, edlule ababusi abalishumi abasemzini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite