Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 8:3 - IsiZulu 2020

3 Ungasheshi ukusuka phambi kwenkosi, ungalibali uma kunodaba olubi, ngokuba yona yenza ngokuthanda kwayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Ungasheshi ukusuka ebusweni bayo, ungemi endabeni embi, ngokuba yenza konke ekuthandayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Ungasheshi usuke ebusweni bakhe; ngoba wenza konke akuthandayo.

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 8:3
13 Referans Kwoze  

Uma ulaka lombusi lukuvukela, uze ungasuki endaweni yakho; ukuthobeka kulungisa amaphutha amakhulu.


Kepha ngenxa yobukhulu amnika bona, bonke abantu, izizwe, nezilimi bathuthumela, besaba phambi kwakhe; kwathi athanda ukumbulala wambulala, athanda ukumyeka wamyeka; athanda ukumphakamisa wamphakamisa, athanda ukumthobisa wamthobisa.


bonke abakhileyo emhlabeni bashaywa into engelutho; wenza ngokuthanda kwakhe empini yasezulwini naphakathi kwabakhileyo emhlabeni; akekho ongavimbela isandla sakhe, noma athi kuye: “Wenzani na?”


Owephuzayo ukuthukuthela unokuqonda okukhulu, kepha lowo othukuthela ngokushesha uphakamisa ubuwula.


Ngokuba bengazi ukuthi ninenkani, nentamo yenu ingumsipha wensimbi, nebunzi lenu liyithusi;


ihhashi lempi, impongo, nenkosi lapho ihola impi yayo.


UJakobe waphendula wathi: “Izinsuku zokugogobala kwami emhlabeni seziyiminyaka eyi-130, zimfishane, kanti bezigcwele ubunzima. Kaziqhathaniseki nokho neminyaka eyaphilwa ngokhokho bami ngesikhathi eside sokugogobala kwabo.”


Ndodana yami, mesabe uSimakade nenkosi, ungazihlanganisi nabamelana nabo,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite