Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 7:5 - IsiZulu 2020

5 Kungcono ukulalela ukusola kohlakaniphileyo, kunokulalela iculo leziwula.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Kungcono ukuzwa ukukhuza kohlakaniphileyo kunokuba umuntu ezwe ukuhlabelela kweziwula.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Kungcono ukuzwa ukukhuza kohlakaniphileyo kunokuba umuntu ezwe ukuhlabelela kweziwula.

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 7:5
14 Referans Kwoze  

Olungileyo makangishaye, kungumusa kimi; angisole, kungamafutha ekhanda; ikhanda lami malingawenqabi, ngokuba umkhuleko wami umelane nobubi babo.


“ ‘Bonke engibathandayo ngiyabasola, ngibayale. Ngakho-ke yiba ngoshisayo, uphenduke.


Ubuphofu nehlazo kukulowo owenqaba ukuyalwa, kepha oqaphela ukusolwa uyatuswa.


Amanxeba adalwe ngumngani anokwemukeleka kunokwanga okuningi kwesitha.


Ukusolwa kungena kujule kulowo onokuqonda, kunemivimbo eyikhulu koyisiwula.


Owedelela izwi uzehlisela ukubhujiswa, kepha owesaba imiyalelo uyakuvuzwa.


Ungasithethisi isedeleli, funa sikuzonde; sola ohlakaniphileyo, uyakukuthanda.


Abahlezi esangweni bakhuluma ngami, izidakwa zihaya ingoma ngami.


Ngokuba imiyalo iyisibani, nomthetho ungukukhanya, nokusola ngokuyala kuyindlela yokuphila,


Njengecici legolide nemvunulo yegolide elicolisekileyo, unjalo osola ohlakaniphileyo onendlebe elalelayo.


Inhliziyo yohlakaniphile isendlini yabalilayo, kodwa inhliziyo yesiwula isendlini yentokozo.


Ukukhulumela phansi kwabahlakaniphile kuyalalelwa kunokumemeza kombusi phakathi kwezilima.


Amazwi abahlakaniphile anjengezincijo, anjengezikhonkwane ezishayelwe zagxila, anjalo namazwi aqoqwe ngumalusi munye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite