Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 7:29 - IsiZulu 2020

29 Yilokhu kodwa engakuthola, ukuthi uNkulunkulu wabenza abantu baba qotho, kodwa bona bazisungulela amaqhinga amaningi.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 Bheka, lokhu kuphela ngikufumene ukuthi uNkulunkulu wamenza umuntu waba qotho, kepha bona bafunile amacebo amaningi.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

29 Bheka, lokhu kuphela engikutholile, ukuthi uNkulunkulu wamenza umuntu waqonda; kodwa bafuna izinto eziningi eziqanjiwe.

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 7:29
20 Referans Kwoze  

“Yebo, abantu bami bayiziwula, abangazi; bangabantwana abayiziphukuphuku, abanakuqonda; bayizingcweti ekwenzeni okubi, abakwazi ukwenza okuhle.”


Ngokuba nathi kade sasiyiziwula, singalaleli, sidukiswa, siyizigqila zezinkanuko nokutamasa okunhlobonhlobo, siphila ebubini, sinomona, sizondwa futhi sizondana.


Nantu uhla lozalo luka-Adamu. Ngesikhathi uNkulunkulu edala umuntu wamenza wanjengaye.


Ngenxa yezenzo zabo baba ngabangcolileyo, baphinga ngezenzo zabo.


Bamchukuluza ngezenzo zabo, kwaqubuka ubhubhane phakathi kwabo.


Simakade Nkulunkulu wethu, Wena wabaphendula, waba nguNkulunkulu othethelelayo kubo, nophindiselayo ngezenzo zabo.


Ngubani ofana nomuntu ohlakaniphile na? Ngubani owazi incazelo yendaba na? Ukuhlakanipha kwenza ubuso bomuntu bukhazimule, nokunyukubala kobuso bakhe kuguquke.


Wawungenasici ezindleleni zakho, kusukela osukwini owadalwa ngalo kwaze kwaba lapho kutholakala okubi kuwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite