Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 7:11 - IsiZulu 2020

11 Ukuhlakanipha kuhle njengefa, futhi kusiza labo abasalibona ilanga.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Ukuhlakanipha kuhle njengefa, yebo, kunenzuzo kwabalibonayo ilanga,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Ukuhlakanipha kuhle kanye nefa, futhi ngalokho kunenzuzo kwababona ilanga.

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 7:11
13 Referans Kwoze  

Ukukhanya kumnandi, kuthokozisa amehlo ukubuka ilanga.


Ngabona ukuthi ukuhlakanipha kungcono kunobuwula, njengoba nokukhanya kungcono kunobumnyama.


Ungasho ukuthi: “Kungani izinsuku zasemandulo zazingcono kunezanamuhla na?” Ngokuba lokho kubuza akuveli ekuhlakanipheni.


“Kepha kutholakalaphi ukuhlakanipha na? Ikuphi indawo yokuqonda na?


Umthetho womlomo wakho muhle kunezinkulungwane zegolide nezesiliva.


ngokuba inzuzo yakho yinhle kunenzuzo yesiliva; nenzuzo yakho kunegolide.


Ukuhlakanipha kuyigugu kunamarubhi, nakho konke okunxanelekayo akunakuqhathaniswa nakho.


Umqhele wabahlakaniphileyo uyingcebo yabo, umgexo weziwula ungubuwula.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite