Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 6:10 - IsiZulu 2020

10 Osekwake kwaba khona sekwaqanjwa igama, kuyaziwa ukuthi umuntu uyokuba yini, nokuthi akakwazi ukuphikisana nalowo onamandla kunaye.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Okukhona kwake kwabizwa ngegama; kwaziwa ukuthi umuntu uyakuba yini; akanakwahlulelana nonamandla kunaye.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Lokho osekukhulunyiwe, futhi kuyaziwa ukuthi kungumuntu;

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 6:10
18 Referans Kwoze  

Ngokuba akasiye umuntu njengami ukuba bengingaqagulisana naye, nokuba ngibhekane naye esigcawini.


“Ofuna amaphutha angaphikisana yini noSomandla na? Lowo oqagulisana noNkulunkulu, makaphendule.”


“Bheka, njengengonyama iphuma ehlozini eJordani, iya emadlelweni aluhlaza, ngiyakubazuma kanjalo abakwa-Edomi, ngibaxoshe ezweni labo. Noma ngubani okhethiweyo ngiyombeka ababuse. Ngokuba ngubani onjengami na? Ngubani ongangiphosela inselelo na? Yimuphi umelusi ongama phambi kwami na?”


Lokhu okukhona, sekwake kwaba khona, nalokho okusazoba khona, sekuvele kukhona. UNkulunkulu uyakufuna osekwake kwenzeka.


Kungani uqagulisana naye, ngokuthi akaphenduli nelilodwa lamazwi ami.


“Impela umuntu uhamba njengesithunzi nje, impela uzikhathaza ngokuyize nje; unqwabela imfuyo, kepha akazi ukuthi ngubani ozakuyibutha.


Izinsuku zomuntu zinjengotshani; ukhahlela njengembali yasendle,


USimakade uNkulunkulu wammemeza umuntu wathi: “Ukuphi na?”


Kanti senza iNkosi ibe nesikhwele na? Ngabe sinamandla yini kunayo na?


Akukho ukuhlakanipha, akukho ukuqonda, asikho iseluleko, okungamelana noSimakade.


Ngokwanda kwamazwi, kwanda nokuyize, umuntu ngabe ungcono ngani na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite