Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 5:19 - IsiZulu 2020

19 Wonke umuntu uNkulunkulu amuphe umcebo, nempahla, namandla, makakuthokozele, asamukele isipho sakhe, ajabule ngomshikashika wakhe; lokhu kuyisipho asiphiwe nguNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Futhi bonke abantu uNkulunkulu abaphe ingcebo nemfuyo, abanike futhi namandla okudla kukho ukuba bathathe izabelo zabo, bathokoze ngomshikashika wabo lokho kuyisipho sikaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Futhi wonke umuntu uNkulunkulu amnike ingcebo futhi wamnika amandla okukudla futhi adle kuwo futhi ajabule emsebenzini wakhe; kuyisipho sikaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 5:19
6 Referans Kwoze  

“Kepha uyomkhumbula uSimakade uNkulunkulu wakho, ngokuba nguye okupha amandla okuzuza imfuyo ukuba amise isivumelwano sakhe afunga ngaso kokhokho bakho, njenganamuhla.


futhi kuyisipho esivela kuNkulunkulu, asipha umuntu ukuba wonke umuntu adle, aphuze, athokozele wonke umshikashika wakhe.


UNkulunkulu umuntu umuphe ingcebo, impahla, nodumo ukuze angesweli lutho alufisayo, kepha uNkulunkulu akamniki amandla okukudla; kufika umfokazi azitike ngakho, lokho kuyize; kungukushaywa kabuhlungu.


ngiyakukunika ukuhlakanipha nokwazi; ngiyakukunika nengcebo, imfuyo, nodumo angazange abe nakho amakhosi akwandulelayo, nalawo ayokulandela awayukuba nakho.”


Ngizokunika nongazange ukucele; ingcebo nodumo. Akukho nayinye phakathi kwamakhosi eyolinganiswa nawe, izinsuku zonke zokuphila kwakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite