Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 4:6 - IsiZulu 2020

6 Singcono isandla esisodwa esigcwele ukuthula, kunezimbili ezigcwele umshikashika, kufana nokuthi uyoze ubambe utalagu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Kungcono ukhweshe lokuthula kunezandla zombili zigcwele umshikashika kanye nokufuna umoya.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Kungcono ukuthula okuncane kunezandla zombili ezigcwele umshikashika nokuphangisa.

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 4:6
7 Referans Kwoze  

Okuncane okuhle kanye nokulunga, kungcono kunenzuzo enkulu etholakala ngokungalungi.


Kungcono okuncane anakho umuntu olungileyo, kunengcebo yababi abaningi.


Ungcono onokuncane, owomileyo enokuthula, kunendlu egcwele okuhlatshiweyo nokuxabana.


Ngizinikele ngenhliziyo yami yonke ukwazi ukuhlakanipha nokwazi ubuwula nobuthutha. Ngithole ukuthi konke lokho kufana nokubamba utalagu.


Ngabuye ngabona ize phansi komthunzi welanga:


Ngiyibone yonke imisebenzi eyenziwa phansi komthunzi welanga; impela konke kufana nokubamba utalagu!


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite